Ngiyathemba abantu baya phila futhi ne festive isaniphethe kahle.
Ngithanda ukuxolisa nge ndlala yezindaba kulezinsuku besi busy silungisa i site ukuze kube lula ukuyisebenzisa kodwa ke ngathi sekuze kwaya lunga ngakho kusukela kusasa ziyaqhubeka izindaba.
Ngiphinde ngibonge me support enisinika yona izi number zikhuphuka ngamandla siyabonga.

0 Comments